seti kullanarak cep telefonunu başınızdan ve vücudunuzdan uzak tutabileceğinizi belirtmektedir.
Bu konu ile ilgili ek bilgilere Dünya Sağlık Örgütü web sitesinden (http://www.who.int/emf) veya Vodafone web sitesinden (http://www.vodafone.com) ulaşabilirsiniz.
. . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . .
*Testler, test işlemleri ile ilgili uluslararası talimatlar çerçevesinde yürütülmüştür.
isiZulu
Le modeli ihlangabezana nemihlahlandlela yomhlaba jikelele yokuvuleleka emagagasini omsakazo
Idivaysi yakho yeselula iyisidlulisi nesamukeli somsakazo. Idizayinelwe ukungeqi imikhawuko yokuvuleleka emagagasini omsakazo anconywa imihlahlandlela yomhlaba jikelele. Le mihlahlandlela yenziwa yinhlangano yososayensi ezimele i- ICNIRP futhi ibandakanya izikhala zezokuphepha ezakhelwe ukuqinisekisa ukuvikeleka kwabo bonke abantu, ngale kokunaka iminyaka nesimo sezempilo sabo.
Ngemisebenzi yokugqokwa emizimbeni, le foni ihloliwe futhi iyahlangabezana nemihlahlandlela yokuvuleleka
Imihlahlandlela isebenzisa iyunithi yokulinganisa eyaziwa ngeReythi Yokumunca Eqondile, noma
0.707 W/kg (10g)*. Njengoba amadivaysi amaselula enikeza uhlu lwezinhlelo, angasetshenziswa kwezinye izindawo, njengasemzimbeni. Ezimeni lapho ifoni igqokwa ngqo emzimbeni, inani
26
This is an Internet version of this publication. © Print only for private use.